Namhlanje sizokunika incazelo yekhandlela elingumbala blue, lelikhandlela lenza izinto eziningi, uma uxabene nesithandwa sakho ubobhala igama lesithandwa sakho ekhandleleni bese uyakhuluma usho ukuthi akube noxovolo othandweni, xolelanani, nakanjani uzobona kuzoba nokuthula othandweni lwenu.
Lapha sizobheka umsebenzi wekhandlela eli blue. Lenzani leli khandlela, lisiza ngani? Amakhandlela a blue ahlukene kathathu, kukhona ublue ojwayelekile (light blue candle), kubekhona ublue omnyamana (dark blue candle), kubekhona ublue okhanyayo. Lamakhandlela asetshenziselwa ukwelapha abagulayo ngokwenyama nabagula ngokomoya, isibonelo sokugula ngokomoya: ukuba nama-moods, ukungabi nokuthula ngaphakathi, ukuba nolaka, ukuhlala ucasukile. Ikhandlela loxolo: uma uxabene nesithandwa sakho noma umakhelwane noma ilunga lomndeni sebenzisa lelikhandlela ukuletha uxolo. Lelikhandlela liyenza umuntu athembeke kuwena. Ikhandlela lokuyekisa isithandwa sakho ukufeba. Uma wesaba noma u-confused lekhandlela lizokwenza ube-relaxed. Ikhandlela eliblue liqeda amaphupho amabi noma wehluleka ukulala. Uma ufuna ukuboniswa ephusheni sebenzisa lelikhandlela. Uyalisebenzisa uma ufuna kuvele iqiniso. Yikhandlela lokwenza i- meditation. Kule article sifundile umsebenzi wekhandlela elono mbala oyi blue colour. Incwadi yamakhandlela pdf iyatholakala ichaza konke ngamakhandlela sicela uthinte admin yale page uzicelele eyakho incwadi yamakhandlela. amaphupho ngekhandlela eli blue
ukuphupha ikhandlela eli blue ngabe kuchazani?Blue candle is used to cure emotional and phyiscial sickens and it is used to calm down an unstable relationship.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |